EMUVA kweminyaka eyishumi egijima kwiPremier Soccer League (PSL), umgadli weMamelodi Sundowns, uPeter Shalulile, usethubeni ...
UKUTHOTHANA kwemidlalo ebholeni lesimanje kusho ukuthi sesadlula isikhathi sokuthi abalandeli baklolodelane isonto lonke uma ...
UYELASHWA esibhedlela owayengumqeqeshi weBafana Bafana, u-Ephraim “Shakes” Mashaba, ngokubika kokhulumela umndeni wakhe.
INJABULO ibibhalwe ebusweni kwizitshudeni ezizokwenza unyaka wokuqala enyuvesi yezobuchwepheshe i-DUT, ngesikhathi zamukelwa ...
INKAKHA yeMamelodi Sundowns, uRoger Feutmba, isishayela ihlombe isinqumo sikaThembinkosi Lorch, sokucela ukubolekiswa ukuze ...
EFF, uMnuz Julius Malema, akafuni ngisho nokuthi abe-MK babeke imicondo yabo emingcwabeni yamalungu eqembu lakhe.
Amaqembu ayisithupha aseqinisekisiwe ukuzobamba iqhaza kule ligi, yi-Eagle Eye (Amajuba), Tigers (King Cetshwayo), Big ...
NJENGOBA kuqala uFebhuwari owaziwa ngokuthi yinyanga yezothando, abantu abaningi abasebudlelwani bezothando bavame ukuhlela ...
UMDANSI waseThekwini, uSne Mbatha, ungomunye wabazomela elakuleli kwi-Dance Nation Africa eHeartfelt Arena ePitoli, ...
I-Orlando Pirates yendlalele umdlalo omqoka neMamelodi Sundowns ngokwehlula iSekhukhune United koweBetway Premiership e-Old Peter Mokaba Stadium, ePolokwane, ngoLwesithathu ebusuku.
ISundowns inenebula iSupersport nje, ibisinqoba umdlalo wesithupha kulandelana ngaphansi komqeqeshi uMiguel Cardoso othathe izintambo zokuqeqesha kuManqoba Mngqithi okhonjwe indlela ngoDisemba.
UBONA kufanele baqine kuzona zonke izingxenye zenkundla ukuze bazibeke ethubeni lokubuya nokuthile emdlalweni weligi abazowudlala neMamelodi Sundowns umqeqeshi weSuperSport United, uGavin Hunt.